Umkhosi wezinsuku eziyishumi oqala ngoMkhosi Wamacilongo
kuze kube Usuku Lokubuyisana, isikhathi esibaluleke kakhulu sokuphenduka uNkulunkulu asinikeza isintu.
Ibhayibheli lisiphaphamisa ngempilo yethu yangaphambilini
ngodaba lweNkosi yaseBhabhiloni, neNkosi yaseTire.
UKristu Ahnsahnghong noMama Wasezulwini beza emhlabeni
neSivumelwano Esisha, indlela yensindiso,
ukuze sonke isintu singaphenduka ngokuphelele.
Amalungu eBandla likaNkulunkulu benza imizamo
yokulalela izwi likaNkulunkulu, ukuze bengeke bephinde bezihlanganise nezono,
bephila impilo yokuphenduka.
wathi: “Isikhathi sigcwalisekile, umbuso kaNkulunkulu ususondele; phendukani, nikholwe yivangeli.” NgokukaMarku 1:15
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha