Izinto ezijabulisa uNkulunkulu
zibhalwe encwadini kaLuka,
yamaHeberu, kaJeremiya neyeZaga.
Zingukuphenduka kwesoni, ukholo oluqotho,
ukuziqhayisa ngoNkulunkulu,
nalabo abazindlela zabo zingenasici.
UNkulunkulu wasifundisa ukuthi konke lokhu
kungafezwa ngomsebenzi wokushumayela
oholela abantu abaningi ensindisweni.
Izingane kulo mhlaba zinikeza
abazali bazo izipho ezijabulisa
abazali bazo ngezinhliziyo zabo
zonke. Ngokunjalo, izingane
zasezulwini zenza lokho okujabulisa
uBaba waseZulwini uKristu
Ahnsahnghong noNkulunkulu
uMama kakhulu. Njengoba uJesu
ayala eminyakeni engu-2,000 edlule,
banikela ngezinhliziyo zabo
ekutholeni amalungu omndeni
wasezulwini alahlekileyo.
Ngokuba kade naningubumnyama,
kepha manje ningukukhanya
eNkosini; hambani njengabantwana
bokukhanya, ngokuba izithelo
zokukhanya zisebuhleni bonke
nasekulungeni naseqinisweni, nihlole
ukuthi kuyini okuthandeka eNkosini.
Kwabase-Efesu 5:8-10
[O]thanda ukuba abantu bonke
basindiswe, bafinyelele ekulazini
iqiniso.
1 kuThimothewu 2:4
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha