IBhayibheli liyafakaza ukuthi isintu sona ezulwini saphonswa emhlabeni, nokuthi uJesu weza kulo mhlaba ukuzonikeza isintu ukuthethelelwa kwezono ukuze sibuyele embusweni wezulu.
Yingakho uJesu adlula ekuhluphekeni esiphambanweni futhi wazinikela kwaze kwaba sekufeni.
Ukuphenduka kuwukubuyela kuNkulunkulu, futhi kufezwa ngokugcina imithetho nemikhosi eyafezwa ngomhlatshelo kaNkulunkulu.
UJesu owafika eminyakeni eyizi-2,000 edlule, uJohane uMbhapathizi, nabangcwele beBandla lokuqala kanye noKristu Ahnsahnghong kanye noNkulunkulu uMama enkathini kaMoya oNgcwele, bonke bagcizelela ukuphenduka.
Kungenxa yokuthi ukuphenduka kuwukuphela kwendlela yokubuyela kuNkulunkulu.
Uma sithi asinasono, siyazikhohlisa, neqiniso alikho kithi.
Kepha uma sizivuma izono zethu, uthembekile, ulungile ukuba asithethelele izono, asihlambulule kukho konke ukungalungi.
Uma sithi asonanga, simenza umqambimanga uNkulunkulu, . . .
1 Johane 1:8-10
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha