Induku kaMose, umhlathi wembongolo owasetshenziswa uSamsoni, isibani necilongo likaGideyoni, inetha likaPhethro, umfula iJordani owaphulukisa uchoko lukaNahamani, nesimangaliso sewayini emshadweni waseKhana kwakuyizimangaliso ezenziwa yilabo ababelalela izwi likaNkulunkulu. .
Njengoba zonke izimangaliso uNkulunkulu azibonakalisa ngeBhayibheli zafezwa ngokulalela, ngisho nanamuhla, ngenxa yokulalela izwi likaNkulunkulu elithi, “Shumayelani ivangeli ezizweni zonke” ngokholo, umhlaba wonke manje ubuyela ngendlela emangalisayo kuKhristu Ahnsahnghong nakuNkulunkulu uMama.
“Ungesabi, ngokuba Mina nginawe; ungabi naluvalo, ngokuba Mina nginguNkulunkulu wakho; ngiyakuqinisa, futhi ngiyakusiza, yebo, ngiyakusekela ngesandla sokunene sokulunga kwami.”
U-Izaya 41:10
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha