Ngesikhathi saseBhabhiloni ngenkathi uDaniyeli ephila, uNkulunkulu waphrofetha ngemibuso eyayiyovela esikhathini esizayo, njengamaMede namaPheresiya, iGrisi neRoma.
Futhi, uNkulunkulu wafakaza ukuthi iBhayibheli lidlula isayensi.
Ngalezi zinto, uNkulunkulu wayefuna abantu bakholwe futhi babe nethemba lombuso wezulu okhazimulayo lapho esiyongena khona esikhathini esizayo.
Zonke izinto zagcwaliseka ngokweziphrofetho zeBhayibheli—impilo kaKhristu Ofika Okokuqala, iziphrofetho ezimayelana nokufika Okwesibili kukaKhristu Ahnsahnghong noNkulunkulu uMama, kanye nokuzimela kwe-Israyeli ngo-1948.
Kukhona neziphrofetho uNkulunkulu azishiyele abantu, abasengozini ngenxa yezinhlekelele nezinkinga zesimo sezulu. UNkulunkulu wathi abantu kufanele bangene ngokushesha eZiyoni, lapho singabalekela khona izinhlekelele.
[O]kwathi ngamanzi umhlaba owawukhona phambilini wabhujiswa ngawo.
Ngalo lelo lizwi, izulu nomhlaba okukhona manje kubekelwe umlilo, kulindele usuku lokwehlulelwa nolokubhujiswa kwabantu abangamesabi uNkulunkulu.
2 kaPhethro 3:6-7
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha