Ngokwesiprofetho somkhosi wezithelo zolibo, uJesu wavuswa ngeSonto njengolibo
lwalabo ababeleleyo. Usuku ahlukanisa ngalo amandla okufa, enikeza abantu ithemba lovuko, kwakunguSuku Lovuko.
UNkulunkulu u-Ahnsahnghong noMama waseZulwini beza emhlabeni ukuzonikeza abantu ithemba lovuko nokubuyisa isimo sethu sezingelosi
Ngokulandela izimfundiso zeBhayibheli, abantu kufanele bagcine uSuku Lovuko ngeSonto ngokuhlephula isinkwa, hhayi amaqanda, ukuze kuvuleke amehlo ethu kamoya.
Kepha kalokhu uKristu uvusiwe kwabafileyo, engulibo lwabaleleyo. 1 kwabaseKorinte 15:20
Ngokuba uma sikholwa ukuthi uJesu wafa, wavuka ... nabafileyo kuKristu bayakuvuka kuqala, 17khona thina, esisekhona sisasele siyakuhlwithwa kanye nabo emafwini, sihlangabeze iNkosi emoyeni; kanjalo-ke siyakuba nayo iNkosi njalo. 1 kwabaseThesalonika 4:14-17
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha