Ukuze sigcine amazwi kaNkulunkulu athi, “Yibani ngofakazi abamemezela uMsindisi,” kumele silazi igama likaJehova enkathini kaYise, igama likaJesu enkathini yeNdodana, negama elisha likaJesu kanye negama leJerusalema Elisha enkathini kaMoya oNgcwele.
Ngokwamazwi athi, “Ubusisiwe lowo ogcina amazwi esiphrofetho,” amalungu eBandla likaNkulunkulu ashumayela iJerusalema Elisha uMama waseZulwini kanye nangoKhristu Ahnsahnghong—uMoya kanye noMakoti—abafike njengabaSindisi enkathini kaMoya oNgcwele.
“Ningofakazi bami,” kusho uSimakade,
“nenceku yami engiyikhethileyo, ...”
U-Izaya 43:10
“Kepha nizakwamukeliswa amandla, uMoya oNgcwele esefikile phezu kwenu, nibe ngofakazi bami eJerusalema, eJudiya lonke naseSamariya, kuze kube sekugcineni komhlaba.”
IZenzo 1:8
“Onqobayo ... Ngiyakuloba kuye ... negama lomuzi kaNkulunkulu wami, iJerusalema elisha elehla ezulwini livela kuNkulunkulu wami, negama lami elisha.”
ISambulo 3:12
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha