Njengoba nje labo abathatha izwi likaNkulunkulu njengehlaya futhi abazange babaleke babhujiswa lapho uNkulunkulu ehlulela umhlaba ngozamcolo ezinsukwini zikaNowa nangomlilo ezinsukwini zaseSodoma naseGomora, abantu abangakholwanga izwi likaJesu. “Lapho nibona iJerusalema lihaqwe amabutho, anobaleka,” kodwa banqotshwa umuzwa wokunqoba bonke babhujiswa ekuhlaseleni kwesibili kwebutho lamaRoma.
Izwe libheka isahlulelo sikaNkulunkulu sokugcina ngomlilo njengehlaya.
Nokho, uNkulunkulu ulindele isintu ngoba ufuna ukuba wonke umuntu asindiswe ukuze kungabhubhi noyedwa.
Ngakho, amalungu eBandla likaNkulunkulu afakaza ngamandla emhlabeni wonke ngezindaba zensindiso ngokwentando kaNkulunkulu.
Okokuqala, nidinga ukuba nazi ukuthi ngezinsuku zokugcina, kuyakufika ababhinqayo bebhinqa behamba ngokwezinkanuko zabo,
bethi: “Siphi isithembiso sokufika kwakhe na?
. . . amazulu adunqiswe ngomlilo abhubhe, konke kushe kungqongqe, kuncibilike.
Kepha thina njengokwesithembiso sakhe, silindele amazulu amasha nomhlaba omusha, okukhona kuwo ukulunga.
2 Petru 3:3-13
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha