Ukuhlakanipha kokubona uNkulunkulu oze
kulo mhlaba enyameni kuseBhayibhelini.
Ngakho-ke, kulabo ababuzayo ukuthi, “Kungani
uBaba u-Ahnsahnghong enguNkulunkulu,
uKristu oweza okwesibili, na?” kufanele
sikhombise ikhadi likamazisi likaNkulunkulu,
iBhayibheli.
UJesu wanikeza ukuphila okuphakade kulabo
abadla isinkwa, nabaphuza iwayini ngePhasika.
Kepha, akekho owayeligcina iminyaka ecishe
ibengu-1,600 emva kokuchithwa kwePhasika
ngo-AD 325 eMkhandlwini wase-Nicaea.
Enkathini kaMoya oNgcwele, uKristu
Ahnsahnghong unikeze ukuphila okuphakade
ngePhasika eBandleni likaNkulunkulu.
Ngakho, unguNkulunkulu ogwinye ukufa
kuze kube phakade ngewayini elinenhlese.
“Nihlola imibhalo, ngokuba nithi ninokuphila
okuphakade kuyo; yiyona efakaza ngami. ...”
NgokukaJohane 5:39
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha