Emva kokujabulela zonke izinto ezazifiswa abantu bezwe, uSolomoni wagcina efinyelele esiphethweni sokuthi konke okusemhlabeni kuyize, kufana nokubamba utalagu, nokuthi abantu kumele besabe uNkulunkulu, belalele nezwi Lakhe ukuze bathole izibusiso.
UNkulunkulu uyababusisa abagcina imiyalo yakhe, abaphakamise ngaphezu kwezizwe zonke.
Njengoba iNkosi uHezekiya noJosiya waseningizimu Juda babusiswa ngokulalela izwi likaNkulunkulu, iBandla likaNkulunkulu liyatuswa futhi liphakanyiswe emhlabeni wonke ngenxa yokwenza izimfundiso zikaKhristu Ahnsahnghong kanye noMama waseZulwini.
Kuyothi uma ulalela nokulalela izwi likaSimakade uNkulunkulu wakho, uqikelele ukugcina yonke imiyalo yakhe engikuyala ngayo namuhla. USimakade uNkulunkulu wakho uyokuphakamisa phezu kwazo zonke izizwe zomhlaba.
Zonke lezi zibusiso ziyokwehlela kuwe, kube ngezakho, uma ulalela izwi likaSimakade uNkulunkulu wakho. . . .
UDutheronomi 28:1–2
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha