Phakathi kwabantu abaningi abahlangana noJesu iminyaka engu-2,000 edlule,
induna yekhulu nowesifazane owayenomopho
bakwazi ukuthola izibusiso ngoba babona uJesu
njengo msindisi, bangalilahla ithuba lokubusiswa.
Ukuze bonke abantu abaphila esikhathini sikaMoya oNgcwele
bengaphuthelwa ithuba lokubusiswa, kufanele bafeze
umsebenzi abawunikezwe uNkulunkulu eBandleni likaNkulunkulu, phecelezi, eSiyoni
lapho kuhlala uMama weZulu,
ngokholo oluphelele olufana nolukaPetru noJohane.
Wayesethi kubo: “Ngilandeleni; ngiyakunenza nibe ngabadobi babantu.”
Base bewashiya masinyane amanetha, bamlandela.
NgokukaMathewu 4:19–20
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha