Njengoba abantu bezwe bethukuthela kakhulu lapho kubulawa abantu abaningi abangenacala ezimpini, uJesu wathukuthela uSathane, owabangela ukuba izingane zakhe ezingokomoya zichithe
igazi lazo.
Wembula ubuyena ezinganeni Zakhe ngomfanekiso wokhula nokolweni,
ezifundisa ukuba zingakhohliswa ukungabi namthetho okugcwele umhlaba,
njengenkonzo yangeSonto noKhisimusi.
Ukhula oluhlwanyelwe nguSathane emhlabeni luyinkonzo yangeSonto, uKhisimusi, nokuhlonishwa
kwesiphambano, okuyizenzo zokukhonza unkulunkulu welanga futhi ezinesiphetho sokujeziswa
esihogweni.
Ngokwezimfundiso zeBhayibheli, amalungu eBandla likaNkulunkulu
agcina imiyalo kaNkulunkulu, kuhlanganise nosuku lweSabatha kanye nePhasika.
“Akusibo bonke abathi kimi: ‘Nkosi, Nkosi,’ abayakungena embusweni wezulu,
kodwa kuphela yilowo owenza intando kaBaba osezulwini.”
NgokukaMathewu 7:21
Savula umlomo waso, sahlambalaza uNkulunkulu, . . .
Bonke abakhileyo emhlabeni bayakukhuleka kuso,
bonke abamagama abo engalotshiwe encwadini yokuphila yeWundlu elahlatshwayo, . . .
ISambulo 13:6–8
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha