Amathuba okuthi umuntu azalwe ephila, kulo mzimba wamaprotheni, mancane kakhulu kunokuwina umklomelo wokuqala welotho izikhathi ezingamashumi amane zilandelana.
Kulo lonke iBhayibheli, amazwi kaNkulunkulu alotshwe ngokunemba okukhulu, egcizelela ukuba singanezeli noma sisuse amazwi akhe uma sifuna ukuthola ukuphila okuphakade.
Konke okwabonwa nguJesu nabaphostoli beBandla lokuqala kugcinwe eBandleni likaNkulunkulu.
Abaphostoli uPawula noJohane bathi, “Ngokuqinisekile sinoNkulunkulu uMama,” futhi bayasikhanyisela ukuthi uNkulunkulu uMama, ongu-Eva ongokomoya, unikeza abantu ukuphila okuphakade.
Ngiyafakaza kubo bonke abezwa amazwi esiphrofetho sale ncwadi. Uma kukhona owenezela kuwo, uNkulunkulu uyakwenezela kuye izinhlupheko ezilotshwe kule ncwadi. Uma futhi ekhona osusa utho kuwo amazwi . . .,
uNkulunkulu uyakususa isabelo sakhe emthini wokuphila, emzini ongcwele, nakulokhu okulotshwe kule ncwadi.
ISambulo 22:18–19
UNkulunkulu wayesethi: “Masenze abantu babe ngumfanekiso wethu, basifuze, . . .”
UNkulunkulu wamdala umuntu waba ngumfanekiso wakhe, wamenza ukuba afuze Yena, wabadala owesilisa nowesifazane,
IGenesisi 1:26–27
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha