Ukukhonza nokudumisa okunikelwa kuNkulunkulu ngokuqonda okulungile kuholela abantu
ensindisweni.
Amalungu eBandla likaNkulunkulu akholelwa ngokuqinile ngobufakazi obuseBhayibhelini
bamazwi athi “Masenze” okwadalwa owesilisa nowesifazane ekuqaleni ashiwo nguNkulunkulu
uBaba noNkulunkulu uMama,
futhi banikela inkonzo, imithandazo, nodumo kuNkulunkulu u-Elohim, Abadali bangempela.
Iziphrofetho zokuthi uNkulunkulu uzokwenza isivumelwano esisha eZiyoni, anikeze ukuthethelelwa
kwezono khona, futhi amise iJerusalema ukuze lamukele udumo emhlabeni, zonke zigcwaliseka
ngoKhristu u-Ahnsahnghong noNkulunkulu uMama oweza kulesi sikhathi.
Ezingangeni zakho Jerusalema, ngimisile abalindi.
Abayukuthula nakanye imini nobusuku.
Nina enibakhumbuza ngoSimakade, maningaphumuli,
futhi ningamniki ukuphumula aze alakhe iJerusalema,
alibeke libe yindumiso emhlabeni.
U-Izaya 62:6–7
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha