Njengoba umlando weTestamente Elidala ukhombisa, abakwa-Israyeli bakamoya kumele bamukele uKristu Ahnsahnghong olethe iPhasika Lesivumelwano Esisha, i-Urimi neThumimi,
ukuze bakhululwe eBabele, bathole isinqumo lokuthi bangabantu “beqiniso bakaNkulunkulu.”
Namuhla, amalungu eBandla likaNkulunkulu adla, aphuze inyama negazi likaJesu,
oyithempeli, ngesinkwa newayini lePhasika Lesivumelwano Esisha.
Kusho ukuthi banelungelo lompristi lokudla ukudla okungcwelengcwele okuvela endaweni engcwele.
Labo bafuna ukubhalwa kwabo phakathi kwababhaliweyo ngezizukulwane, kepha kabafunyanwanga; ngalokho bakhishwa ebupristini, kwathiwa bangcolile… ukuba bangadli okungcwelengcwele, kuze kuvele umpristi one-Urimi neThumini.* U-Ezra 2:62-63
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha