Namuhla, uma singawaqondi amazwi eBhayibheli anikezwa nguNkulunkulu, oyinkaba yomkhathi, angeke simbone uKhristu ofika okwesibili ongu-Ahnsahnghong kanye noNkulunkulu uMama, uMakoti, njengoba abantu bengazange bambone uJesu ngesikhathi efika okokuqala.
Khona-ke, sizogcina sinikela inkonzo eyize ebandleni lapho uNkulunkulu engatholakali kulo.
Njengoba uDavide ayenomthetho owawudingeka ukuze abuse phezu kwama-Israyeli, kunomthetho wesivumelwano esisha phakathi kukaJesu owaphrofethwa njengoDavide nabantu bakhe.
UKhristu ofike okwesibili ongu-Ahnsahnghong, ogcwalise zonke iziphrofetho zesihlalo sobukhosi sikaDavide, naye wasifundisa ngesivumelwano esisha.
Kuyakuthi emveni kwalokho abantu bakwa-Israyeli baphenduke, bafune uSimakade uNkulunkulu wabo noDavide inkosi yabo, bayakuzithoba kuSimakade nasebuhleni bakhe ekupheleni kwezinsuku.
UHoziya 3:5
Lwase lufika usuku lwesinkwa esingenamvubelo, . . .
Kanjalo-ke wathabatha nendebe sebedlile, wathi: “Le ndebe iyisivumelwano esisha egazini lami elithululelwa nina.
NgokukaLuka 22:7-20
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha