IBandla lokuqala kanye nabaphostoli abazange bayigcine inkonzo yangeSonto noma uKhisimusi.
UNkulunkulu wabhala eBhayibhelini indlela yokuthi abantu bathole ukuthethelelwa kwezono futhi bangene nasembusweni wezulu.
Wagcizelela ngokuphindaphindiwe wathi, “Ningalokothi nengeze utho noma nisuse utho emazwini eBhayibheli.”
Namuhla, amasonto emhlabeni akholelwa kuNkulunkulu uBaba kuphela hhayi kuNkulunkulu uMama, kodwa nguNkulunkulu uMama onikeza “ukuphila okuphakade,” uNkulunkulu akuthembise abantwana Bakhe.
UNkulunkulu wafakaza ngoNkulunkulu uMama ngazo zonke izidalwa eziphilayo ezadalwa ngokwentando kaNkulunkulu okuhlanganisa amadoda nabesifazane, “nange-mitochondria” etholwe ososayensi.
Ngiyafakaza kubo bonke abezwa amazwi esiphrofetho sale ncwadi. Uma kukhona owenezela kuwo, uNkulunkulu uyakwenezela kuye izinhlupheko ezilotshwe kule ncwadi.
Uma futhi ekhona osusa utho kuwo amazwi encwadi yalesi siphrofetho, uNkulunkulu uyakususa isabelo sakhe emthini wokuphila, emzini ongcwele, nakulokhu okulotshwe kule ncwadi.
ISambulo 22:18-19
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha