Njengoba abantu bethola ukuthula nenduduzo
ngamazwi omama babo abawezwa besesibelethweni,
abantwana bakaNkulunkulu bazothola ukuthula okungokomoya
mhla bezwa izwi likaNkulunkulu uMama.
Cishe eminyakeni engu-2,000 edlule, uJesu
yedwa wathi, “Noma ubani makeze Kimi, amukele
amanzi okuphila,” kodwa enkathini kaMoya oNgcwele,
uKhristu Ahnsahnghong kanye noNkulunkulu uMama
bamemezela ndawonye izwi lensindiso.
UKhristu Ahnsahnghong wathi, “UJoshuwa walandela
uMose, u-Elisha walandela u-Eliya, uPhethro walandela uJesu,
mina ngilandela uMama.”
Lokhu kungenxa yokuthi abantu bangasindiswa
mhla bezwa izwi likaNkulunkulu uMama.
UMoya nomakoti bathi: “Woza!” Nozwayo
makathi: “Woza!” Nowomileyo makeze; othandayo
makathabathe amanzi okuphila ngesihle.
ISambulo 22:17
“Njengonina eduduza umntwana wakhe, kanjalo
ngiyoniduduza, nina niduduzeke eJerusalema.”
U-Izaya 66:13
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha