Uma singenalo ukholo,
izimo ezisizungezile zilokhu
zihamba ngendlela engafanele,
kodwa uma sinokholo,
konke kuhamba kahle.
Kufanele siqaphele lesi
simiso ngeBhayibheli futhi
silahle konke okusikhathazayo, ukwesaba,
nezinkathazo, empilweni yethu yokholo.
IBhayibheli lilandisa ngomsebenzi kaGideyoni, umsebenzi kaJoshuwa, umsebenzi wokuhlukanisa uLwandle Olubomvu, nangomsebenzi wezinkwa ezinhlanu zebhali nezinhlanzi ezimbili.
Kwakubonakala kungenakwenzeka emehlweni enyama, kodwa uNkulunkulu wakufeza konke.
Ngokunjalo, uma sikholwa amazwi kaKhristu Ahnsahnghong noNkulunkulu uMama kanye nezimfundiso zikaJesu zokuthi ivangeli lesivumelwano esisha liyoshunyayelwa emhlabeni wonke, konke kuzofezeka ngokwamazwi abo.
Kodwa ongabazayo, nxa edla,
wehlulelwe, ngokuba konke
okungaveli ekukholweni, kuyisono.
KwabaseRoma 14:23
UJesu wayesethi kuye:
“Uthi: ‘Uma unamandla!’
Konke kuyenzeka kulowo okholwayo.”
NgokukaMakhu 9:23
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha