UNkulunkulu wayala uMose ukuba akhe itabernakele ukuze abeke kulo imiyalo eyishumi esibili. Ngenkathi abantu bebona isono sabo esadala ukuthi kuphulwe imithetho eyishumi yokuqala, baphenduka futhi baletha ngokuzithandela izinto zokwakha itabernakele. Lokhu kwaba umsuka woMkhosi Wamadokodo.
Ngemva kwalokho, bakha amadokodo egcekeni lethempeli noma ophahleni lwethempeli ngokusebenzisa zonke izinhlobo zamagatsha ezihlahla.
UMkhosi Wamadokodo uwusuku lapho uKristu Ahnsahnghong kanye noNkulunkulu uMama bebutha bonke abantu Babo ndawonye. Abantu kufanele babonge uNkulunkulu obathethelele futhi wabasindisa ezonweni zabo. Futhi ngoMoya oNgcwele wemvula yamuva abawutholayo, kufanele bathole wonke amalungu omndeni wasezulwini emhlabeni wonke ayizinto zokwakha iThempeli leJerusalema lasezulwini.
Ngakho-ke usho kanje uJehova uNkulunkulu Sebawoti: “... bhekani, ngiyakwenza amazwi ami abe ngumlilo emlonyeni wakho, nalaba bantu babe yizinkuni, ubadle.”
UJeremiya 5:14
Okuhlanganiselwe kuye isakhiwo sonke, sikhule sibe yithempeli elingcwele eNkosini, okukuyo nani, nakhiwe kanye nabanye, ukuba nibe yindlu kaNkulunkulu ngoMoya.
Kwabase-Efesu 2:21-22
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha