Njengoba uJesu Kristu ehla eZulwini weza kulo mhlaba futhi wenyukela eZulwini, abantu abakholelwa kuNkulunkulu kulo mhlaba kufanele babuyele eZulwini. Umfuneko wokungena embusweni weZulu ukuthola ukuphila okuphakade.
Abantu bangaya eZulwini lapho okungekho ukufa kuphela lapho sebethola ukuphila okuphakade okuthenjiswe nguNkulunkulu. Ukuphila okuphakade kuvunyelwe kuphela kulabo abadla inyama kaJesu futhi baphuze igazi Lakhe ngePhasika leSivumelwano Esisha.
Noma ngabe ukholo lwethu lukhulu kangakanani, ngeke sikuthole ukuphila okuphakade ngaphandle kokuthi sigcine iPhasika.
IBandla likaNkulunkulu yilona kuphela ibandla emhlabeni eligcina iSivumelwano Esisha.
Ngakho–ke maningalahli isibindi senu; esiyoba nomvuzo omkhulu. Ngokuba nidinga ukubekezela, ukuze seniyenzile intando kaNkulunkulu namukele isithembiso.
KumaHeberu 10:35–36
Yilesi isithembiso yena asethembisa sona: ukuphila okuphakade.
1 Johane 2:25
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha