Indawo engcwele nesihenqo, eyakhiwa nguMose njengomfanekiso wendawo engcwele yasezulwini,
imele uJesu Khristu, kanti iNdawo eNgcwelengcwele imele iJerusalema uMama waseZulwini.
Ngendawo engcwele, uNkulunkulu wasivumela ukuba sibone
uNkulunkulu uBaba noNkulunkulu uMama.
Abaphrofethi bafakaza ngokuthi abantu bangathola ukuphila
ngamanzi okuphila ageleza evela ethempelini.
Eminyakeni engaba yizi-2,000 edlule, uJesu, oyithempeli,
wamemeza ngosuku lokugcina loMkhosi Wamadokodo,
ukuba amukele amanzi okuphila,
futhi kuphrofethiwe eBhayibhelini ukuthi ngenkathi kaMoya oNgcwele,
uMoya uMlobokazi, abangokoqobo beNdawo eNgcwele kanye nendawo engcwelengcwele,
bazoza kulo mhlaba, banikeze abantu insindiso ngamanzi okuphila.
AbaJuda bathi kuye:
“Leli thempeli lathatha iminyaka engama-46 lakhiwa,
wena uthi uzakulivusa ngezinsuku ezintathu na?”
Kepha uJesu wayekhuluma ngethempeli
elingumzimba wakhe.
NgokukaJohane 2:20–21
UMoya nomakoti bathi: “Woza!”
Nozwayo makathi: “Woza!”
Nowomileyo makeze;
othandayo makathabathe amanzi
okuphila ngesihle.
ISambulo 22:17
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha