Amalungu aseZiyoni atuswa ngempumelelo yawo evelele ezifundweni zawo, emisebenzini yokuvolontiya, nasempilweni yokholo, kodwa okubaluleke kakhulu phakathi kwawo ukholo lwawo kuKhristu Ahnsahnghong nakuNkulunkulu uMama, iZimfihlo zombuso wezulu.
Emakhulwini eminyaka emva kokukhothama kweNkosi uDavide, umphrofethi uHezekeli waphrofetha ukuthi uNkulunkulu uzofika njengoDavide nesivumelwano esisha ezinsukwini zokugcina.
UKhristu Ahnsahnghong, owafika njengoDavide ongokomoya, wabuyisela iPhasika lesivumelwano esisha elachithwa ngo-AD 325, waphinde wasazisa ukuthi singasindiswa kuphela uma siza kuNkulunkulu uMama, oyiqiniso lesivumelwano esisha.
“ ‘UDavide inceku yami uyakuba yinkosi yabo kuze kube phakade. Ngiyakukwenza isivumelwano sokuthula nabo, sibe yisivumelwano saphakade; . . .
ngiyoba nguNkulunkulu wabo, bona babe ngabantu bami.’ ”
UHezekeli 37:25-27
“Bheka, izinsuku ziyeza,” kusho uSimakade, “lapho ngiyakwenza isivumelwano esisha nendlu ka-Israyeli nendlu kaJuda,
“ngiyakufaka umthetho wami ezibilini zabo, ngiwulobe ezinhliziyweni zabo, ngiyoba nguNkulunkulu wabo, bona babe ngabantu bami.”
UJeremiya 31:31-33
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha