Umuthi wokwazi okuhle nokubi ugcinela ekufeni,
kanti umuthi wokuphila uletha ukuphila okuphakade.
Ensimini yase-Edene, u-Adamu no-Eva baxoshwa
ebese bafa ngoba badla emthini wokwazi okuhle nokubi.
Lo mlando ukhombisa ukuthi abaintu
bamiselwe ukufa ngoba bona ezulwini.
Eminyakeni eyizinkulungwane ezimbili edlule, uJesu weza
emhlabeni ukuze asindise abantu, futhi enkathini kaMoya oNgcwele,
uKhristu Ahnsahnghong weza kulo mhlaba, wasinikeza ukuphila
okuphakade ngePhasika lesivumelwano esisha, okuyiqiniso lomuthi wokuphila.
Ngaphezu kwalokho, uKhristu Ahnsahnghong, owaletha umuthi
wokuphila, unguMeluleki waseZiyoni owaphrofethwa encwadini kaMikha.
Usazisa ukuthi insindiso yokugcina yabantu
incike kuNkulunkulu uMama.
USimakade uNkulunkulu wathi: “Bhekani, umuntu usefana nathi, useyakwazi okuhle nokubi. Akanqandwe ukuba angalokothi adle isithelo somuthi wokuphila, bese ephila ingunaphakade.”
IGenesisi 3:22
Khona uJesu wathi kubo: “Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kini: uma ningayidli inyama yeNdodana yomuntu, niphuze igazi layo, aninakuphila.
Lowo odla inyama yami, aphuze igazi
lami, unokuphila okuphakade; . . .
NgokukaJohane 6:53-54
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha