Ngenkathi uNkulunkulu ekhetha ibutho likaGideyoni, walahla labo ababesaba. Wayegcizelela njalo kwibutho likaJoshuwa ukuthi lingesabi. Ngalokhu, singabona ukuthi into ebaluleke kakhulu ukukholelwa kwizithembiso zikaNkulunkulu futhi siqhubekele phambili ngesibindi.
Njengama-Israyeli ayengakholelwa kwizithembiso zikaNkulunkulu, asakaza umbiko omubi, akhononda nangeKhanani, uma singabaza ngenxa yokwesaba abantu nendawo, asisoze sakwazi ukungena eMbusweni weZulu, iKhanani elingokomoya. Uma sishumayela ivangeli lombuso wezulu ngesibindi, sikholelwa kwisithembiso sokuthi uKristu Ahnsahnghong noNkulunkulu uMama abasinike sona ukuze basibusise, umsebenzi omangalisayo wevangeli ozomangaza umhlaba wonke uzokwenzeka.
“Le ncwadi yomthetho mayingasuki emlonyeni wakho, kepha wozindla ngayo imini nobusuku ukuba uqaphele ukwenza njengakho konke okulotshwe kuyo, ngokuba lapho uyakuhlahlamelisa indlela yakho, uphumelele kahle. Angikuyalile na? Qina, ume isibindi, ungesabi, ungabi naluvalo, ngokuba uJehova uNkulunkulu wakho unawe nomaphi lapho uya khona.”
UJoshuwa 1:8-9
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha