NgoSuku Lokubuyisana, lapho abantu bephenduka phambi kukaNkulunkulu ngenxa yazo zonke izono abazenza ezulwini kanye nakulo mhlaba bazi nangokungazi, bazothethelelwa izono zabo ngomusa kaNkulunkulu, banikezwe ithuba lokubuyela embusweni wezulu.
Njengoba uJesu eza kulo mhlaba wathi, “Phendukani, ngokuba umbuso wezulu ususondele,” uKhristu Ahnsahnghong noNkulunkulu uMama nabo batshela abantu ukuthi baphenduke ngokuphelele, baphunyuke ezinhlekeleleni, futhi basindiswe.
UJesu waphendula, wathi kubo: “Abaphilileyo abayidingi inyanga, kodwa labo abagulayo kuphela.
Kangizanga ukuzobiza abalungileyo, kodwa izoni, ukuze ziphenduke.”
NgokukaLuka 5:31–32
Isandla sikaSimakade asifinyeziwe ukuba sisindise, nendlebe yakhe ayibuthuntu ukuba izwe.
Kodwa ububi benu bunahlukanisile noNkulunkulu, nezono zenu zibusithile ubuso bakhe kini ukuba anganizwa.
U-Izaya 59:1–2
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha