Njengoba u-Abraham Lincoln akhanyisela
amasosha phakathi nempi yombango
yaseMelika, uma sithandaza kuNkulunkulu sithi,
“Ngicela ube ngakimi,” angeke sazi
ukuthi sisendleleni elungile noma engalungile.
Ngakho-ke, ukuze sisindiswe,
kudingeka sithandaze sithi, “Ngicela
ungivumele ngihlale ngasohlangothini
lukaNkulunkulu.”
U-Eliya wabhekana nabaprofethi
bamanga abangu-850, futhi abangane
bakaDaniyeli abathathu abazange
basikhothamele isithombe segolide.
U-Abrahama waba ukhokho wokholo,
futhi uNowa wabizwa ngokuthi
indlalifa yokulunga.
Laba bantu babesohlangothini
lukaNkulunkulu ngaso sonke isikhathi.
Ngendlela efanayo, enkathini kaMoya
oNgcwele, amalungu eBandla
likaNkulunkulu, akholelwa
kuNkulunkulu u-Ahnsahnghong
nakuNkulunkulu uMama, athandazela
ukuthi ngaso sonke isikhathi abe
ngasohlangothini lukaNkulunkulu
kuzo zonke izimo ezivela endleleni
yokholo.
Ngakho yibani ngabalingisa uNkulunkulu njengabantwana
abathandekayo, nihambe othandweni,
njengalokho uKristu wanithanda, . . .
Kwabase-Efesu 5:1–2
119 Bundang P.O.Box, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Mzantshi Khoriya
Tsalela 031-738-5999 Fax 031-738-5998
Ndlu-Nkulu: 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Khoriya
Ibandla eliyiNtloko: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Khoriya
ⓒUmbutho Womsebenzi Welizwe iBandla likaThixo. Onke amagunya agciniwe. Umthetho Wabucala