UNkulunkulu, okufanele ahlale esihlalweni sobukhosi esikhazimulayo ezulwini, weza kulo mhlaba
egameni likaJesu eminyakeni eyizi-2,000 edlule nanamuhla njengoKhristu u-Ahnsahnghong
noNkulunkulu uMama, futhi bahamba buthule indlela yomhlatshelo wokuthethelelwa kwezono kanye
nokusindiswa kwabantu.
Ngakho-ke, kufanele sihlale sinokubonga kuNkulunkulu osinike ithemba leZulu.
Ngokulandela isibonelo sabangcwele beBandla lokuqala
ababehamba indlela yokufela ukholo ngenjabulo naphezu kokushushiswa okwesabekayo,
kanye neNkosi uDavide owayehlezi ebonga uNkulunkulu ngaphansi kobunzima nezilingo,
amalungu eBandla likaNkulunkulu aphila impilo yokubonga kuzo zonke izimo.
Thokozani njalo,
nikhuleke ningaphezi.
Kukho konke, bongani,
ngokuba lokho kuyintando kaNkulunkulu kuKhristu uJesu ngani.
1 KwabaseThesalonikha 5:16–18
Onikela ngomnikelo wokubonga uyangidumisa,
oqaphela indlela yakhe ngiyakumbonisa insindiso kaNkulunkulu.”
AmaHubo 50:23
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha