NgoSuku Lokubuyisana, abantu bangathola umusa wentethelelo kuNkulunkulu ngazo zonke izono abazenza ezulwini nalapha kulo mhlaba bengazi, ngokuphenduka izinsuku eziyishumi kusukela ngoMkhosi Wamacilongo.
Kuwusuku olubusisiwe lapho indlela yokubuyela embusweni wezulu ivuleka.
Njengezintombi ezihlakaniphile ezalungisa izibani namafutha azo edili lomshado, amalungu eBandla likaNkulunkulu alungisa izibani zawo ngokuqiniseka eqinisweni lesivumelwano esisha, namafutha ngokholo oluqinile kuKhristu Ahnsahnghong nakuNkulunkulu uMama, futhi lifakaza ngesibindi iqiniso emhlabeni wonke.
“Ungesabi, ngokuba Mina nginawe; ungabi naluvalo, ngokuba Mina nginguNkulunkulu wakho; ngiyakuqinisa, futhi ngiyakusiza, yebo, ngiyakusekela ngesandla sokunene sokulunga kwami.”
U-Izaya 41:10
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha