Umusa kaMoya oNgcwele uyavama
nomaphi lapho izwi likaNkulunkulu lenziwa khona.
Kepha, umusa uyogcina ubolile lapho
izwi likaNkulunkulu lingenziwa khona.
ULwandle lwaseGalile lwaba ulwandle lokuphila
ngokuthola amanzi ebese uluvumela ukuba lugeleze.
ULwandle Olufile lwaba ulwandle lokufa
ngoba luthola amanzi kuphela ebese
luwagcina kulo.
Enkathini kaMoya oNgcwele, umusa
kaNkulunkulu uyachichima eBandleni likaNkulunkulu
ngoba amalungu akhona ashumayela
ivangeli ngoMoya oNgcwele onikezwa nguKristu
Ahnsahnghong noNkulunkulu uMama.
Kusizani, bazalwane bami, uma umuntu
ethi unokukholwa, kepha engenayo
imisebenzi na? Ukukholwa kungamsindisa
na? ... uma kungenayo imisebenzi, kufile
ngokwakho.
EkaJakobe 2:14-17
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha