U-Esawu wadelela ubuzibulo bakhe; inceku embi yafihla italente elilodwa emhlabathini; nezintombi ezinhlanu eziyiziwula azilungiselelanga amafutha. Kuphela uma sinobuhlakani bokwenza izahlulelo zikamoya ezisekelwe ukholo kunoma yisiphi isimo, lapho singeke silahlekelwe ifa laphakade laseZulwini, uNkulunkulu azosinika lona.
Njengezintombi ezinhlanu ezihlakaniphileyo, amalungu eBandla likaNkulunkulu akholelwa ukuthi ukunqoba bonke ubunzima abhekana nabo ngezwi likaNkulunkulu nangokholo, ukwamukela uKristu oza okwesibili u-Ahnsahnghong kanye noNkulunkulu uMama abafike eNkathini kaMoya oNgcwele, izindlela zokulungiselela uMbuso weZulu.
Ngokuba angithandi, bazalwane, ... iningi labo uNkulunkulu wayengathokozi ngabo; ngokuba bashaywa phansi ehlane. Kepha lokho kwaba yizibonelo kithi, size singafisi okubi, njengalokho bona babekufisa.
1 kwabaseKorinte 10:1-6
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha