U-Adamu no-Eva balalela amazwi kaSathane, badla isithelo esenqatshelwe, futhi baxoshwa ensimini yase-Edene. INkosi uSawule yalandela intando yabantu, ibheka izwi likaNkulunkulu njengento encane, futhi yaxoshwa esihlalweni sobukhosi.
Ngokufanayo, kule nkathi, uMoya oNgcwele unganikezwa kuphela labo abalalela izwi likaNkulunkulu.
Uma silalela amazwi kaNkulunkulu, uMoya oNgcwele uhlala enathi, futhi siphila impilo ebusisekile.
Njengoba bonke abantu bengaphelele, kufanele silandele indlela kaNkulunkulu ephelele ngokulalela kuze kube sekugcineni ukuze siphile impilo yokunqoba futhi sigcwaliswe ngoMoya oNgcwele njengokhokho bethu bokholo.
Thina singofakazi balezo zinto kanye noMoya oNgcwele uNkulunkulu amnikile labo abamlalelayo.”
IzEnzo 5:32
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha