UChrist Ahnsahnghong wathi uma singalenzi iqiniso, imiphefumulo yethu izoba mnyama futhi ilahlekelwe ukuqonda futhi ekugcineni, ilahlekelwe ukholo futhi iphike uNkulunkulu.
Njengoba siphila kulo mhlaba, umhlaba onezinhlangothi ezintathu, futhi singakwazi ukwahlulela izwe lasezulwini endaweni yesine nesesihlanu, kufanele sikholwe emazwini kaNkulunkulu ohlale esibusisa futhi alandele izimfundiso Zakhe.
Okhokho bokholo abanjengoMose, uDavide, uGideyoni, noJoshuwa babusiswa ngokulalela izwi likaNkulunkulu ngisho nasezimweni ezazibonakala zingenakwenzeka ngomqondo ovamile wabantu.
Uma sibheka umlando wawo, amalungu eBandla likaNkulunkulu akholelwa kuKristu Ahnsahnghong nakuNkulunkulu uMama, abaSindisi enkathini kaMoya oNgcwele, futhi balilalela izwi Labo.
Ngenxa yalokho, umsebenzi omangalisayo wevangeli wenzeka emhlabeni wonke.
Ngiphakamisela amehlo ami ezintabeni, usizo lwami luyakuvelaphi na?
Usizo lwami luvela kuSimakade, owenzile izulu nomhlaba.
IHubo 121:1–2
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha