U-Abhrahama, uNowa, uMose, noDaniyeli babebusisiwe
ngoba balalela izwi likaNkulunkulu, kungakhathaliseki
ukuthi yiziphi izimo ezingenakwenzeka ababebhekana nazo.
Umlando onjena weBhayibheli ukhombisa ukuthi
kumele sibe nokholo oluqinile ebukhoneni bukaNkulunkulu,
kungakhathaliseki ukuthi izimo zinjani.
Ama-Israyeli ayengangena eKhanani emva kwezinsuku eziyishumi.
Kepha, bangena khona emva kweminyaka engu-40,
babhujiswa ehlane emva kokukhononda nokukhalaza njengoba
babegxile kuphela kulokho okwenzeka phambi kwabo.
Kwakungenxa yokuntula kwabo ukholo.
Ngendlela efanayo, namuhla, into ebaluleke
kakhulu ehlane lokholo njengoba sibheke
eKhanani lasezulwini ukuba nokholo oluphelele
emazwini kaNkulunkulu u-Ahnsahnghong noNkulunkulu uMama.
Kepha ukukholwa kungukuqiniseka ngezinto ezithenjwayo, kuyiqiniso ngezinto ezingabonwayo. Ngokuba okhokho bafakazelwa ngakho. Ngokukholwa, siqonda ukuthi umhlaba wadalwa ngezwi likaNkulunkulu, kwaze kwathi kulokho okungabonakaliyo kwavela okubonakalayo.
KumaHebheru 11:1-3 (Eshumi nanye: lokuqala-lesithathu)
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha