UNkulunkulu wanika abantu, abonayo ezulwini, baxoshelwa eMhlabeni, emzini wokuphephela,
ithuba lokuthola ukuthethelelwa kwezono, nokubuyela embusweni wezulu ngemiyalo yakhe.
Ngakolunye uhlangothi, isahlulelo sikaNkulunkulu sizokwehlela kulabo
abaphule isivumelwano nabasidelelayo.
Ngomusa kaNkulunkulu kuphela abantu, abamiselwe ukufa ngenxa yesono sabo, bangathola ukuphila okuphakade.
Lapho uNkulunkulu efundisa abantu indlela yokuphila enkathini kaYise, enkathini yeNdodana,
nasenkathini kaMoya oNgcwele, labo abeza eZiyoni futhi bagcine iPhasika lokuphila,
bekholelwa amazwi akhe, bayosindiswa, kodwa labo abangakholelwa emazwini akhe
futhi abangawagcini bazojeziswa ekugcineni.
Ngokuba inkokhelo yesono ingukufa, kodwa isipho somusa sikaNkulunkulu singukuphila
okuphakade kuKhristu uJesu iNkosi yethu.
KwabaseRoma 6:23
Nakhu ukubekezela kwabangcwele abagcina
imiyalo kaNkulunkulu nokukholwa nguJesu.
ISambulo 14:12
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha