Abantu bakhohliswa uSathane embusweni waseZulwini, futhi, sebemkhaphele uNkulunkulu, baphonswa kulo mhlaba ngenxa yaleso sono. Ukuze afune abantwana abalahleka ezulwini, abanike ukuxolelwa kwezono, futhi ababuyisele embusweni wezulu, uJesu weza eminyakeni eyizi-2,000 edlule, futhi uKhristu Ahnsahnghong noNkulunkulu uMama beza kulo nyaka.
Ngemifanekiso yamathalente neyomina, uJesu wafundisa ngokuningiliziwe ukuthi abantwana abalwazile uthando lukaNkulunkulu bangayiletha kanjani injabulo kuNkulunkulu. Njengoba uNkulunkulu eshumayele ngokungaphezi ukuze afune abantwana abalahleka ezulwini, nathi kufanele sifune abafowethu nodadewethu abalahlekile—lesi isipho esiyigugu kakhulu esingasinika uNkulunkulu.
Ekuseni kusemnyama kakhulu, wavuka waphuma, waya endaweni eyihlane, wakhuleka khona. Wathi kubo: “Masiye kwezinye izindawo emizaneni eseduze ukuba ngishumayele nakhona; ngokuba ngiphumele khona lokho.” NgokukaMarku 1:35, 38
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha