IBhayibheli ngokwesiphrofetho lichaza lenkathi njengesikhathi senhlekelele enkulu.
Njengoba izimpi zishuba phakathi kwezizwe nezinhlekelele zesimo sezulu ezingenakubalwa zenzeka,
abantu bakha amasu okubalekela emkhathini, ekujuleni kolwandle, noma ekujuleni komhlaba.
Nokho, iBhayibheli lithi asikho isiphephelo sensindiso ngaphandle kweZiyoni,
lapho kuhlala khona uNkulunkulu uMama.
Njengoba uNkulunkulu wembula futhi wachaza iphupho leNkosi uNebukhadinezari kuDaniyeli,
namuhla wembula ukuthi isiphephelo esiphephe kunazo zonke phakathi kwezinhlekelele nguNkulunkulu uMama.
Njengoba nje izingane zizizwa ziphephe kakhulu ezingalweni zikanina ngezikhathi zobungozi,
uNkulunkulu wembula ukuthi uNkulunkulu uMama uyindawo yabantu ephephe kunazo zonke ezinhlekeleleni.
“Ngiyakubhubhisa kuphele nya konke
okusebusweni bomhlaba,” kusho uSimakade.
“Ngiyakuqeda nya abantu nezilwane,
ngishabalalise izinyoni zezulu nezinhlanzi zasolwandle.
Ngiyakuqeda ababi kanye nezikhubekiso
ngibaqothule abantu ebusweni bomhlaba,”
kusho uSimakade.
UZefaniya 1:2–3
“Kepha uma leyo nceku embi ithi enhliziyweni yayo:
‘Inkosi yami isalibele,’
bese iqala ukushaya izinceku ezikanye nayo,
idle, iphuze nezidakwa,
inkosi yaleyo nceku iyakufika ngosuku
engalulindele nangehora engalaziyo,
iyinqamule kabili, iyabele isabelo sayo nabazenzisi;
kuyakuba khona lapho ukukhala nokugedla amazinyo.”
NgokukaMathewu 24:48–51
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha