Njengoba uNkulunkulu wayenenjongo enkulu ekugcineni abusise ama-Israyeli emva kweminyaka engu-40 ehlane, namuhla, uNkulunkulu angabeka ubunzima nezithiyo endleleni yethu yokholo, kodwa injongo Yakhe enkulu ingukuphelelisa imiphefumulo yethu nokusinika izibusiso zombuso wezulu.
Umhlaba uyijele elingokomoya lapho izingelosi zasezulwini ezonile zaphonswa khona ukuze ziphile. Yingakho kulo mhlaba, izikhathi zobuhlungu nokuhlupheka zenzeka kaningi kunezokuthula nenjabulo. Ukuze asule lezi zono zesintu, uNkulunkulu wachitha igazi Lakhe esiphambanweni, wavula indlela yokuba sibuyele embusweni wezulu ngePhasika lesivumelwano esisha, okuyiyona ndlela eya ekuxolelweni kwezono.
wakupha imana ehlane, oyihlo ababengalazi, ukuba akuthobise, akuvivinye, akwenzele okuhle ngasekugcineni, UDuteronomi 8:16
Ngokuba iNdodana yomuntu ize ukufuna nokusindisa okulahlekileyo.” NgokukaLuka 19:10
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha