Wonke amazwi kaNkulunkulu alotshwe eBhayibhelini ayagcwaliseka ngaphandle kokwehluleka. IBhayibheli lafakaza ngoJesu owafika eminyakeni eyizi-2 000 edlule, futhi lifakaza ngomsebenzi wensindiso ozokwenziwa onyakeni kaMoya Ongcwele nguKhristu Ahnsahnghong noNkulunkulu uMama, abeza njengoMoya noMlobokazi.
IBhayibheli liphrofetha ukuthi abantu abayosindiswa—labo abanokholo lokunqoba kuleli zwe elibuswa uSathane—baluzalo olusele loWesifazane, abagcina imiyalo kaNkulunkulu. Liphinde lifakaze ukuthi bona, njengo-Isaka, bayothola ifa lombuso wezulu ngoMama.
Nihlola imibhalo, ngokuba nithi ninokuphila okuphakade kuyo; yiyona efakaza ngami. NgokukaJohane 5:39
Wayesephonswa phansi udrako omkhulu, inyoka endala ethiwa uMhlebi noSathane, odukisa izwe lonke, waphonswa phansi emhlabeni, nezingelosi zakhe zaphonswa kanye naye. Udrako wamthukuthelela owesifazane, wamuka, wayokulwa nabaseleyo benzalo yakhe, labo abagcina imiyalo kaNkulunkulu nabanobufakazi bukaJesu. IsAmbulo 12:9, 17
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha