Njengoba uJesu afika njengomuntu, wadla ukudla kwabantu, waphila njengabantu, abantu abaningi bahluleka ukumbona njengoNkulunkulu, bamala. Yingakho iBhayibheli lisifundisa ukuthi wonke umoya ovumayo ukuthi uJesu weza enyameni uvela kuNkulunkulu, futhi wonke umoya ongakuvumi lokhu ungumoya womphikukhristu.
Onyakeni kaMoya Ongcwele, uKhristu Ahnsahnghong noNkulunkulu uMama beza ukuzosindisa abantu. Ukuze abantu bathole isibusiso sensindiso esivela kuNkulunkulu, kumele baqale babeke eceleni imicabango yabo, bakholwe isiphrofetho seBhayibheli, esithi uNkulunkulu uzofika okwesibili esenyameni.
othanda ukuba abantu bonke basindiswe, bafinyelele ekulazini iqiniso. Ngokuba munye uNkulunkulu, munye nomlamuleli phakathi kukaNkulunkulu nabantu, umuntu uKristu Jesu, ... 1 kuThimothewu 2:4–5
Yazini uMoya kaNkulunkulu ngalokhu: bonke omoya abavuma ukuthi uJesu Kristu ufikile enyameni bangabakaNkulunkulu; lowo moya ongamvumi uJesu akasiye okaNkulunkulu; lowo ungowomphikukristu ... 1 kaJohane 4:2–3
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha