Amazwi athi, “Ungaziqhayisi ngekusasa,” ayisikhumbuzo sikaNkulunkulu sokuthi kubalulekile ukungalehliseli ithuba lethu lensindiso ekusaseni elingaqinisekile. Kunalokho, kufanele sabelane ngothando nabafowethu nodadewethu namuhla, sithandaze namuhla, siphenduke ezenzweni zethu ezingalungile namuhla, futhi sishumayele izindaba zensindiso namuhla.
Ngomlando womthenwa kaKhandakhe, indlovukazi yase-Etiyopiya, owabhapathizwa ngokushesha lapho eqonda iqiniso esendleleni, nomgcini-jele nendlu yakhe, ababhapathizwa phakathi nobusuku bengasalindanga ukusa, uKhristu Ahnsahnghong noNkulunkulu uMama basifundisile ukuthi singawusindisa umhlaba kuphela ngokushumayela ivangeli lesivumelwano esisha—izindaba zensindiso—ngaso leso sikhathi esiliqonda ngaso.
Ungazigabisi ngolwakusasa, ngokuba awukwazi okungavela ngosuku. IzAga 27:1
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha