UJesu uqobo lwakhe wabeka isibonelo sokusindisa abantu esonweni ngokushumayela. Wasinika umsebenzi wokuba ngabasebenzi besivumelwano esisha, ethi, “Sindisani umhlaba.” Ngakho-ke, akumele sifane no-Esawu, owayenza lokho ayekufuna kuphela, kodwa sibe njengoJakobe, owaqala ngokwenza lokho okwakufanele akwenze. Kungaleso sikhathi kuphela lapho singamukela khona izibusiso uNkulunkulu azinikezayo.
Umphumela walabo abenza okufanele bakwenze nalabo abangakwenzi wumehluko phakathi kombuso wezulu nesihogo. Njengoba nje umsebenzi omangalisayo kaMoya Ongcwele wawuhlezi unabaphostoli ababephila impilo yokushumayela njengoKhristu, umsebenzi wethu manje uwukumemezela insindiso kaKhristu Ahnsahnghong noNkulunkulu uMama.
oyena futhi osenzela amandla okuba yizikhonzi zesivumelwano esisha, singesiso esegama kodwa esikaMoya; ngokuba igama liyabulala, kodwa uMoya uyaphilisa. 2 kwabaseKorinte 3:6
Wathi kubo: “Masiye kwezinye izindawo emizaneni eseduze ukuba ngishumayele nakhona; ngokuba ngiphumele khona lokho.” NgokukaMarku 1:38
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha