UNkulunkulu wadala labo abangabobuzwe basezulwini ngezinhliziyo ezithokozela ISabatha, IPhasika nemikhosi eyisikhombisa izikhathi ezintathu ukuze bezogcina imithetho yakhe. Ngakho-ke, kubo bonke ababiza uNkulunkulu ngezindebe zabo kodwa belandela umthetho kankulunkulu welanga esikhundleni somthetho kaNkulunkulu, ubanikeza isixwayiso ngesono sabo, ngokuthi: “Anginazi.”
Ngisho noma umhlaba wonke ushintsha, into eyodwa engashintshi umthetho kaNkulunkulu. UJesu waligcina IPhasika eminyakeni engu-2,000 edlule, futhi uKhristu Ahnsahnghong noNkulunkulu uMama nabo baligcina enkathini yonyaka kaMoya Ongcwele. Ukulandela isibonelo Sabo ngokugcina IPhasika ukholo olulungile, olugxile kuNkulunkulu.
“Asibo bonke abashoyo kimi ukuthi: ‘Nkosi, Nkosi,’ abayakungena embusweni wezulu, kuphela owenza intando kaBaba osezulwini. ...‘Angizange nginazi; sukani kimi nina benzi bokubi.’ NgokukaMathewu 7:21–23
Kepha umuntu ohlambulukileyo, engekho ekuhambeni, oyeka ukulenza iphasika, lowo muntu uyakunqunywa kubantu bakubo, ngokuba akanikelanga ngomnikelo kaJehova ngesikhathi esinqunyiweyo; lowo muntu uyakuthwala ububi bakhe. UNumeri 9:13
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha